LYRICS: S’Villa – Imali Yam

SVilla - LYRICS: S’Villa – Imali Yam

LYRICS: S’Villa – Imali Yam below 👇

[Chorus]
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam’ we ndoda
Sbal’ uyang’kolota
Sekukudala awusaphenduli nefoni
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam’ we ndoda
Sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ isheke lam’ we ndoda

Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam’ we ndoda
Sbal’ uyang’kolota
Sekukudala awusaphenduli nefoni
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam’ we ndoda
Sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ isheke lam’ we ndoda

[Verse]
Ngizwa bath’ utheng’ umuzi omusha
Ngizwa bath’ uthenge ne-iPhone entsha
Bath’ uphuz’ utshwal’ obubizayo
Mjita kodwa lento oyenzay’ibizwani?

[Refrain]
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi (Ng’fun’ imali yami we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi (Aw libambe lingashoni we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi (Ng’fun’ imali yami we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi (Aw libambe lingashoni we sbali)

[Chorus]
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam’ we ndoda
Sbal’ uyang’kolota
Sekukudala awusaphenduli nеfoni
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam’ we ndoda
Sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ ishekе lam’ we ndoda

Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam’ we ndoda
Sbal’ uyang’kolota
Sekukudala awusaphenduli nefoni
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam’ we ndoda
Sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ isheke lam’ we ndoda

[Bridge]
Aw qoqo-qoqo, ngicel’uvule uphume s’khulume
Qoqo-qoqo, bhut’ angilwi ng’fun’ into yam yok’thenga

You May Also Like

About the Author: SB Graphic

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *